Welcome to PraiseZion



HOME |   |  DOWNLOAD APP |  OPPORTUNITIES |  SERMONS
|  JOBS |  INSTRUMENTAL | MIXTAPES |  DEVOTIONAL

SEARCH CONTENTS (Use Name Or Title)


Mbuzeni – Ephehlweni

Ephehlweni by Mbuzeni Mp3 Download

Download this track from Mbuzeni titled Ephehlweni. Use the link below to stream and download this song.

Awu ngahlupheka
Ngahlupheka kanjen’emhlabeni
Ngahlupheka kanjen’emhlabeni
Engabe ngoneni na

Ngithi ngagula kangaka
Ngaphatheka kangak’ezweni
Mina ngagula kanjena
Engabe ngidleni na

Ngabalekelwa nabangani
Ngoba bethi
Ngiphethw’ilezizifo
Ngaze ngagula kanjena
Engabe ngidleni na

Mina ngiyil’ephehlweni (Ngiyil’ephehlweni)
Bafika bangithwasis’amanga
Mina ngay’emanzini (Ngay’emanzini)
Weh (Yafika yaphakam’inyoka)

Mina ngiyil’ephehlweni (Ngiyil’ephehlweni)
Bafika bangithwasis’amanga
Sengibuy’emanzini (Ngay’emanzini)
Yafika yaphakam’inyoka

Awu ngayibuk’emehlweni (Ngayibuk’emehlweni)
Yenzani (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas’ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo)
Engaphila ngalo lolo

Ngithi ngayibhek’emehlweni (Ngayibuk’emehlweni)
Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi)
Awu yas’ikhophozela (Kwaba yilanga lami)
Engaphila ngalo lelo

Ngithi ngagula kangaka
Kangaka
Ngoba sengizamile mina
Ngadla zonk’inkamb’ekuthiwa ngizidle
Kodwa luth’ukusinda
Luth’ukusinda

Mina ngagula kangaka
Sengibuy’ephehlweni manje

Mina ngiyil’ephehlweni (Ngiyil’ephehlweni)
Bafika bangithwasis’amanga
Bafika bangithwes’amanga (Ngay’emanzini)
Yafika yaphakam’inyoka

Mina ngiyil’ephehlweni (Ngiyil’ephehlweni)
Ephehlweni (Bafika bangithwasis’amanga)
Hayi bo (Ngay’emanzini)
Weh (Yafika yaphakam’inyoka)

Mina ngayibuk’emehlweni (Ngayibuk’emehlweni)
Hayi bo (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas’ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo)
Hayi bo (Engaphila ngalo lolo)

Awu ngayibuk’emehlwenii (Ngayibuk’emehlweni)
Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi)
Yasibheka phansi yona indlondlo (Kwaba yilanga lami)
Indlondlo (Engaphila ngalo lelo)

Ngiyil’ephehlweni
Bafika bangithwasis’amanga
Ngay’emanzini
Yafika yaphakam’inyoka

Awu ngagula kangaka (Ngiyil’ephehlweni)
Ngagula kangaka (Bafika bangithwasis’amanga)
Ngoba ngithi ngikwenze konke (Ngay’emanzini)
Okufunekayo weh (Yafika yaphakam’inyoka)

Awu ngayibuk’emehlweni (Ngayibuk’emehlweni)
Kodwa yona yabheka phansi
Yayisingihlonipha (Kwaba ngusuku lolo)
Engaphila ngalo lolo

Phela ayibhekw’emehlweni (Ngayibuk’emehlweni)
Uyashona (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas’ikhophozela (Kwaba yilanga lami)
Kant’iyangisindisa (Engaphila ngalo lelo)

Awu ngiyil’ephehlweni (Ngiyil’ephehlweni)
Hayi bo (Bafika bangithwasis’amanga)
Hayi weh (Ngay’emanzini)
Yafika yaphakam’inyoka

Weh (Ngiyil’ephehlweni)
Bafika bangithwasis’amanga
Wololo maye babo (Ngay’emanzini)
Yafika yaphakam’inyoka

Download Mp3 Here

| Categories: Music

CLICK HERE TO COMMENT ON THIS POST

WE ARE ON SOCIAL MEDIA

Facebook | Twitter | Instagram | Youtube

0 Comments

LEAVE A COMMENT

Type Name Below

Type Comment Below

« | »