Mbuzeni – Wangijikela
Wangijikela by Mbuzeni Mp3 Download
Download this track from Mbuzeni titled Wangijikela. Use the link below to stream and download this song.
Lyrics Of Wangijikela by Mbuzeni
Ungabomthemb’umuntu wololo
Umunt’uyajika
Ungabomthemb’umunt’othemb’itshe
Umunt’uyajika
Mina ngajikelwa ngumunt’engangikhula naye
Sagcina sesiyizitha
Mina ngajikelwa ngumunt’engangihlala naye
Sagcina sesiyizitha ayi weh
Awu ngangihleli naye (Wangijikela)
Wangijikela ayi weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Wangijikela)
Jikela (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Jikela ayi weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Jikela ayi weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Ungabomthemb’umuntu
Ungabomthemb’umuntu
Ungabomthemb’umuntu
Umunt’uyajika
Umuntu
Umunt’uyajika
Ishumi leminyaka ngihlala naye
Sithembana
Sekwaphel’ishumi leminyaka ngihlala naye
Wangijikela (Wangijikela)
Ngangihleli naye
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Wangijikela)
Wangijikela (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Jikela (Ngangihleli naye)
Umuntu (Wangijikela)
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Ngiyamsab’umuntu (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye
Ngangihleli naye
Sasikhuluma zonk’izimfihlo naye
Ngimxoxela konke
Kant’uyangifunda
Ngangimxoxela ngempilo yami
Azi konke ngami
Kant’uyangifunda
Wangenz’isilo sengub’umuntu
Wajika wahamba
Washona kwelakubo
Wangenz’isilo sengub’umuntu
Wajika wahamba
Washona kwelakubo
Ngangihleli naye bo (Wangijikela)
Wangijikela ayi weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Wangijikela)
Wangijikela weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Ngangihleli naye
Wangijikela
Awu ngangihleli naye (Jikela)
Jikela ayi weh (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Ngangihleli naye bo (Wangijikela)
Wangijikela (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Ngangihleli naye bo (Wangijikela)
Wangijikela (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Ngangihleli naye (Jikela)
Wajike wahamba (Ngangihleli naye)
Wangijikela
Wangishiya ngingena lutho (Jikela)
Ngiyakhala (Ngangihleli naye)
Wangijikela