Welcome to PraiseZion



HOME |   |  SERMONS
|  JOBS |  INSTRUMENTAL | MIXTAPES |  DEVOTIONAL

SEARCH CONTENTS (Use Name Or Title)


Mbuzeni – Nansimpi

Nansimpi by Mbuzeni Mp3 Download

Download this track from Mbuzeni titled Nansimpi. Use the link below to stream and download this song.

Lyrics Of Nansimpi by Mbuzeni

Nans’impi
Nans’impi
Hloman’izikhali
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Nans’impi
Nans’impi
Hloman’izikhali
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Nans’impi
Nans’impi
Hloman’izikhali
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Ngithi nans’impi
Ngithi nans’impi weh
Ngithi hlomani
Ngoba lemp’isifikile

Ngithi nans’impi
Ngithi nans’impi weh
Ngithi hlomani
Ngoba lemp’isifikile

Sibon’abantu bedlwengulw’ogogo
Sibon’abantu bephenduk’izilwane
Ngithi yimpi leyo
Masizilungiseleni

Sibon’abantu bebulal’abantu besifazane
Abanye bayabanquma
Isihlungu
Ngithi yimpi leyo
Lemp’isifikile

Ngithi nans’impi (Nans’impi)
Ngithi nans’impi weh (Nans’impi)
Ngithi hlomani (Hloman’izikhali)
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Ngithi nans’impi (Nans’impi)
Ngithi nans’impi weh (Nans’impi)
Ngithi hlomani (Hloman’izikhali)
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Nans’impi (Nans’impi)
Ngithi nans’impi woh (Nans’impi)
Ngithi hlomani lezozikhali (Hloman’izikhali)
Silwise lempi (Nans’imp’isifikile)
Nans’impi

Sibona kubulaw’amaphoyisa
Uma kubulaw’amaphoyisa
Sizovikelwa ngubani na
Lemp’isifikile.

Sibona kubanjw’izimoto zemali
Kudutshulw’abant’abangenacala
Ngithi yimpi leyo
Lemp’isifikile.

Sibona kubulal’abantu besifazane
Bese beyabanqunwa beshiwe kanjalo
Ngithi yimpi leyo
Asiwulwiseni lomoya.

Sibona kubulaw’ama-albino
Kukholelw’ukuthi bazokwenza ngaw’umuthi
Ngithi yimpi leyo
Naw’angabantu

Sibona kudlwengulw’izingan’ezincane
Nans’impi
Nans’impi
Hloman’izikhali
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Nans’impi
Nans’impi
Hloman’izikhali
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Ngithi nans’impi (Nans’impi)
Ngithi nans’impi weh (Nans’impi)
Ngithi hlomani (Hloman’izikhali)
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Mhlola mun’esiwubonayo (Nans’impi)
Mhlola mun’esiwubonayo (Nans’impi)
Ngithi yimpi lena (Hloman’izikhali)
Nans’imp’isifikile
Nans’impi

Sengikhumbul’amazwi kaShaka (Nans’impi)
Wath’uShaka lelizwe (Nans’impi)
Liyosala libuswa izinkonjane (Hloman’izikhali)
Hayi weh (Nans’imp’isifikile)
Nans’impi

Noma seliyabhubha (Nans’impi)
Ngithi yimpi lena (Nans’impi)
Masihlomeni (Hloman’izikhali)
Yis’isikhathi sempi (Nans’imp’isifikile)
Nans’impi

Ngithi nans’impi (Nans’impi)
Nans’impi (Nans’impi)
Masihlomeni bo (Hloman’izikhali)
Oh yeah (Nans’imp’isifikile)
Nans’impi

Nezingan’ezincane zigolozel’othisha (Nans’impi)
Izingane zishay’othisha (Nans’impi)
Ngithi yimpi lena (Hloman’izikhali)
Masihlomeni (Nans’imp’isifikile)
Nans’impi

Download Mp3 Here

| Categories: Music

CLICK HERE TO COMMENT ON THIS POST

WE ARE ON SOCIAL MEDIA

Facebook | Twitter | Instagram | Youtube

0 Comments

LEAVE A COMMENT

Type Name Below

Type Comment Below

« | »