Mbuzeni – Babulala Abantu
Posted by: Henry || Categories: Music
Babulala Abantu by Mbuzeni Mp3 Download
Download this track from Mbuzeni titled Babulala Abantu. Use the link below to stream and download this song.
Lyrics Of Babulala Abantu by Mbuzeni
Bonakel’abantu bo
Bonakel’abantu bo
Ngithi bonakel’abantu bo
Bonakel’abantu bo
Njengoba babulal’abantu besifazane
Kumele senzenjani ngabo
Ngithi babulal’abantu besifazane
Bonakel’abantu
Ngith’ibuhlungu lento
Ngith’inyantis’igazi weh
Ngith’ibuhlungu lento bo
Yokubulawa kwabantu besifazane
Babulal’abantu besifazane
Babulal’abantu besifazane (Bonakele)
Bonakel’abantu (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane
Ngithi bonakel’abantu (Bonakele)
Ngithi bonakel’abantu (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane
Ngithi bonakel’abantu (Bonakele)
Ngithi bonakel’abantu (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane
Uthin’uthwasa lekhansela (Bonakele)
Ngicel’ukhuze mfowethu (Laba bantu)
Kubuhlung’ukubon’umuntu wesifazan’ekhala
Ekhal’ekhalel’ukuthi nje umthethisile
Kangakanani
Mangab’esekhala ngob’usufun’ukumbulala
Lent’esiyenzayo madod’ilulaz’igama lethu
Ibuhlung’impela lent’esiyenzayo
Wakhala
Wath’ucel’ungambulali
Usungidlwengulil’impela
Kodwa ngicel’ungangibulali
Bazokhal’abantwa bami maye
Ho konakele lana
Umbulalelani na
Umbulalelani na
Umbulalelani na
Uth’ungibulalelani na (Babulal’abantu besifazane)
Uyakhuz’uMbuzeni (Bonakele)
Liyabuz’ithwasa lekhansela (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Uyabuz’uBahubhe (Bonakele)
Asimus’ukubabulala (Lababantu) (Babulawelani na
Abantu besifazane (Babulal’abantu besifazane) (Zimbali zezwe lezi)
Bonakele
Lababantu (Babulawelani na)
Ngicel’ukhuze nawe
Bahubhe mfowethu (Babulal’abantu besifazane) (Zimbali zezwe lezi)
(Bonakele) Ayi weh
Lababantu (Babulawelani na) Ibuhlungu lento
Heh ngithi yimbi lent’eniyenzayo
Njengoba nibulal’izintombi zethu
Hawu ngithi yimbi lent’eniyenzayo
Ngithi njengoba nibulal’izintombi zethu
Uban’oyosiwashel’asiphekele
Njengoba nibulal’izintombi zethu
Uban’oyosiwashel’asiphekele
Njengoba nibulal’izintombi zethu
Babulal’abantu besifazane
Hawu ngithi yimbi lent’eniyenzayo (Bonakele)
Ubani’ozosinik’uthando weh (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane
Bonakele
Lababantu
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Bonakele
Lababantu (Babulawelani na)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Bonakele
Lababantu (Babulawelani na)
Zimbali zezwe lezi
Babulawelani na
Zimbali zezwe lezi
Babulawelani na
Zimbali zezwe lezi
Babulawelani na
Angivumi ngiphika weh (Babulal’abantu besifazane)
Mina angivumi ngokubulawa kwabantu besifazane (Bonakele)
Lababantu
Ngiyakhuza (Babulal’abantu besifazane)
Ngithi mina angivumi ngiyaphika (Bonakele)
Ngokubulawa kwabantu besifazane (Laba bantu)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Ngithi kumele sibathande sibanakekele (Bonakele)
Hay’ukubabulala (Laba bantu) (Babulawelani na)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Asibathande sibanakekele (Bonakele)
Lababantu (Babulawelani na)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Bonakele
Lababantu (Babulawelani na)
Babulal’abantu besifazane (Zimbali zezwe lezi)
Bonakele
Lababantu (Babulawelani na)
https://praisezion.com/wp-content/uploads/2022/07/Babulala-Abantu-Mbuzeni-PraiseZion.mp3
Download Mp3 Here
                Â
Â