Mbuzeni – Ngizomxolela Kani
Ngizomxolela Kani by Mbuzeni Mp3 Download
Download this track from Mbuzeni titled Ngizomxolela Kani. Use the link below to stream and download this song.
Lyrics Of Ngizomxolela Kani by Mbuzeni
Woh mina nginenkinga
Yilomunt’engithandana naye
Uyangihlupha
Usejikile
Useyaphuza
Useyabhema
Ubengenjena
Usejikile
Uma ngithi ngiyambonisa
Uvel’aphum’angishiye ngedw’endlini
Ngisale ngikhala
Mina ngiyasol’ukuthi
Ngiyasol’ukuthi
Useyajola
Laph’ehamba khona
Uyangihlupha (Ngingamxolela kanjani)
Uyangihlupha (Ngoba lomuntu lo)
Ukhathaz’umoya wami
Udlala ngami (Maye)
Uyangihlukumeza
Uyangihlupha (Ngingamxolela kanjani)
Uyangihlupha (Ngoba lomuntu lo)
Ukhathaz’umoya wami
Udlala ngami (Maye)
Uyangihlukumeza
Uyangishaya (Ngingamxolela kanjani)
Uyangishaya (Ngoba lomuntu lo)
Ukhathaz’umoya wami
Udlala ngami (Maye)
Uyangihlukumeza
Bazali bakhe mboniseni (Ngiyamthanda)
Mboniseni (Inkinga yakhe)
Uyangihlukumeza (Uyawumosh’umoya wami)
Uyangishaya (Ngiyamthanda)
Uyangishaya (Inkinga yakhe)
Uyawumosh’umoya wami
Ngiyathanda
Inkinga yakhe
Uyawumosh’umoya wami
Woh mina nginenkinga (Ngiyamthanda)
Yilomunt’engithandana naye (Inkinga yakhe)
Uyangihlupha (Uyawumosh’umoya wami)
Usejikile
Woh mina nginenkinga
Yilomunt’engithandana naye
Uyangihlupha
Usejikile
Mina ngiyasol’ukuthi (Ngingamxolela kanjani)
Ngiyasol’ukuthi (Ngoba lomuntu)
Useyajola (Ukhathaz’umoya wami, maye)
Laph’ehamba khona (Uyangihlukumeza)
Uyangihlupha (Ngingamxolela kanjani)
Uyangihlupha (Ngoba lomuntu)
Ukhathaz’umoya wami
Udlala ngami (Maye)
Uyangihlukumeza
Uma ngithi ngiyambonisa (Ngingamxolela kanjani)
Uvel’aphum’angishiye (Ngoba lomuntu)
Ngedw’endlini (Ukhathaz’umoya wami)
Ngisale ngikhala (Maye)
Uyangihlukumeza
Bazali bakhe mboniseni (Ngiyamthanda)
Mboniseni (Inkinga yakhe)
Uyawumosh’umoya wami
Abangani bakhe ngiyabasola (Ngiyamthanda)
Ngiyabasola (Inkinga yakhe)
Ngathi banesandla kuye (Uyawumosh’umoya wami)
Bazali bakhe mboniseni (Ngiyamthanda)
Mboniseni (Inkinga yakhe)
Uyawumosh’umoya wami
Useyaphuza (Ngiyamthanda)
Useyabhema (Inkinga yakhe)
Ubengenjena (Uyawumosh’umoya wami)
Usejikile