Mbuzeni – Amalobolo
Amalobolo by Mbuzeni Mp3 Download
Download this track from Mbuzeni titled Amalobolo. Use the link below to stream and download this song.
Lyrics Of Amalobolo by Mbuzeni
Weh bafana bami
Phuthumani
Gijimani
Ngiyanithuma
Hambani niyoland’izinkomo zamalobolo
Weh bafana bami
Phuthumani
Gijimani
Ngiyanithuma
Hambani niyoland’izinkomo zamalobolo
Weh bafana bami
Ngicela niyoland’izinkomo zamalobolo
Weh bafana bami bo
Hambani (Niyoland’izinkomo zamalobolo)
Weh bafana bami
Phuthumani bo (Niyoland’izinkomo zamalobolo)
Ngiyanithuma bantabami
Hambani niyoland’izinkomo bo (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Weh bafana bami
Phuthumani
Heya
Hambani (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Weh bafana bami bo
Ngiyanithuma bantabami bo (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Usengihlulile manje
Uyawumosh’umoya wami
Uyangehlul’umendo
Uyangehlul’umendo landan’izinkomo
Uyangehlul’umendo
Bafana landan’izinkomo
Bafana bami
Gijimani
Gijimani bo
Sengikhathele yilomshado
Lomfan’uyangibambezela
Ungithethis’amacala ubusuku nemini
Lomfan’uyangibambezela
Bafana bami hambani
Lomfan’uyangibambezela
Uyangibambezela
Uyangibambezela
Niyoland’izinkomo zamalobolo
Niyoland’izinkomo zamalobolo
Niyoland’izinkomo zamalobolo
Niyoland’izinkomo zamalobolo
Niyoland’izinkomo zamalobolo
(Niyoland’izinkomo zamalobolo)
Ngicela nihambe niyoland’izinkomo (Bafana bami)
Heya (Phuthumani niyoland’izinkomo)
Zamalobolo
Bafana bami (Bafana bami)
Bafana bami (Phuthumani niyoland’izinkomo)
Ngiyanicela (Zamalobolo)
Hambani (Bafana bami)
Bafana bami (Phuthumani niyoland’izinkomo)
Heya (Zamalobolo)
Bafana bami wololo (Bafana bami)
Bafana bami (Phuthumani niyoland’izinkomo)
Heya heya heya (Zamalobolo)
Heya
Heya
Bafana bami
Heya
Ngiyanithuma bafana bami
Ngiyanithuma bafana bami (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Ngiyanicela bo
Ngiyanicela bo (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Ubab’uyazifuna lezozinkomo
Ubab’uyazifuna lezozinkomo (Niyoland’izinkomo zama lobolo)
Bafana bami
Bafana bami (Niyoland’izinkomo zama lobolo) heya heya
Niyoland’izinkomo zamalobolo